Ngadliwa Abami
UNokuthula wayecabanga ukuthi umndeni wakhe uyamthanda futhi uyamvikela. Kodwa lapho izimfihlo zakudala ziqala ukuphuma obala, uthola ukuthi abantu ayebathembile kakhulu yibo abamkhaphelayo. Uthando, imali, nomona kuhlukanisa umndeni wakhe phakathi. Ingabe…










